Ekhaya - Grandmaster SA.mp3

Ekhaya - Grandmaster SA.mp3
Ekhaya-Grandmaster SA (无损音质) 专享
[00:00.00] 作曲 : Grandmast...
[00:00.00] 作曲 : Grandmaster SA
[00:19.46]Manje Imicabango yami ishona lee nalee
[00:22.38]Angazi ngiye lena noma lee
[00:24.75]Ekhaya kukude kakhulu ngibakhumbule
[00:28.02]Ugogo noMkhulu Mdali bakhumbule
[00:30.99]Yaz ngihamba njalo emin kuze kuyoshona ilanga, ukuthi balale kanjan
[00:36.63]Ngizozwa ngoban awu Baba ngicela ungikhanyisel izindlela zami
[00:41.25]Amaphupho ami nawo eze efezeke nami
[00:43.95]Ey yaz kuningi min engfis ukukwenza
[00:47.34]Keph akwenzek mele ngihlez ngimemeza
[00:49.80]Ekhay Balala ngendlala ngyasaba
[00:53.07]Ukuyichaza lendaba ngoba k'thiwa ngiyazenza
[00:56.28]Ngingazenza kanjan ngibe ngihluphek indlala akekh ongayimela mele ngihlale ngifukuzaa
[01:02.05]Nam ngfisa ukth konke kukhanye kengibon impumelelo umnden wam ujabule
[01:07.45]Nanini kumele nam ngilokh ngizama isandla ngisifak ekhaya kengibe nosizo
[01:13.25]Ngiyafisa ukubona umnden wonke ujabule sibong ukuvuka njalo nasemini usikhumbule
[01:19.55]Ngiguqa ngedolo njal uma kubheda
[01:22.58]Angigcini laph endlin yokukhuleka ngyangena
[01:25.75]Plus angina Stress nje ngalokh ngiyayiqhenyaa ukuphila kwam ukuphila kukaGogo neKhehlaa
[01:32.05]Ngicel imnyak emningi ngikhule, uma ngiphumelela bebukee
[01:37.38]Thixoo somandlaa ngilule
[01:40.40]Ey
[01:41.40]Manje Imicabango yami ishona lee nalee
[01:44.20]Angazi ngiye lena noma lee
[01:46.69]Ekhaya kukude kakhulu ngibakhumbule
[01:50.13]Ugogo noMkhulu Mdali bakhumbule
[01:53.03]Yaz ngihamba njalo emin kuze kuyoshona ilanga, ukuthi balale kanjan
[01:58.33]Ngizozwa ngoban awu Baba ngicela ungikhanyisel izindlela zami
[02:02.93]Amaphupho ami nawo eze efezeke nami
[02:05.77]Kulemnyak ezayo mhlamp kuyobe kungcono
[02:08.77]Ikhono liyaphila ngfisa ukuphila ngalo
[02:11.87]Kodwa makuphila kahle uMkhulu noGogo nam ngyathemba ngyolandela kahle emvaa kwabo
[02:18.17]Kunokubanzima ngb uMkhulu esegula kushod imali laph akukh nam engingakwenza
[02:24.07]Ngicel amandla kulokh engifis ukukwenza kube impumelelo ukuze umnden ujabule
[02:29.87]Kubuhlung ngoba ngihlez ngikhala njalo
[02:32.47]And impendulo ayikh ngithandaza njalo
[02:35.77]Ngyathemba ngek ungilahle Baba njalo
[02:38.27]Inkinga ukth ngiyingabaza njaloo
[02:41.27]Noma kunzima mele ngilokh ngikhuleka
[02:44.17]Ngyaqinisela ngoba angfun ngish ukuhluleka
[02:47.37]Makufik ubunzima ngyazam ukubafonela ngibatshel bonk ukth ithemba liyangiphelela
[02:54.07]Ngiyabonga konke enikwenzayo ey ngiyabonga ninginik uthandoo woo
展开